Athenkosi Ndikinda weNkanyamba record  EC isiza amaciko ngezindlela eziningi

SHEILA MHLONGO

Kulonyaka ngisayina  ama-artist amasha ngaphansi kwe Record Label Inkanyamba Records EC, futhi kune  Album esizokuyikhipha emvakwa June noKing Tyler ,Foxy Saul, AphiweRsa nabanye.

Kulonyaka sizokhipha ama-album awu-2 ngaphansi  kwe-Inkanyamba Records EC  ,bese senza I-Event Tour e-Eastern Cape sishuthe noMusic video we-album sibe senza ne media Tour.

Kulonyaka bengingathanda ukusebenza nawo wonke ama-artist ase-Eastern Cape nakwezinye izifundazwe  asakhulayo ikakhulukazi asengenile kule-industry  ngoba inhloso ukukhulisa umculo nobuciko. Asikhethi muntu uma unethalente ngizimisele ukusebenzisana nawe.

Ngonyaka ka-2024 akukuningi esikwenzile ngokuthi besisazama ukwakha nokuhlanganisa Inkampani iphelele konke kungabikho lutho eshodayo. Manje lokhu sikwenze konke lona ngunyaka wokuthi sifeze amaphupho.

Abalandeli bami kulonyaka bengalindela umculo omnandi onomyalezi othinta wonke umuntu.

Izingoma ziyatholakala kuwo wonke umculo wama artist wethu kwi digital platforms u-searcher uthi: “Foxy Saul or King Tyler or Pronator or AphiweRsa ” kuyavela nje konke.

Ngitholakala kulenamba:  060 302 7151  kuzona zonke izingoma searcher uthi: ‘Inkanyamba Records EC’ uzobe usuyasibona nemisebenzi yethu.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *