Uqhayiya Mdinwa was’Eastern Cape ucela uxhaso ngokumlandela ukuze ezoduma eNingizimu Afrika yonke

SHEILA MHLONGO

Engifisa ukukwenza kulonyaka ka-2025 ngifuna ukwenza umculo like never before.  Izinhlelo zami ngalonyaka ukukhipha i-album yami yokuqala.  Umculi engifisa ukusebenza  naye kulo nyaka ubhuti  uDumi Mkokstad.

Ngakhula nginesifiso sokuthi ngicule naye ngoba ngithanda umculo wakhe. Izinto engizifunde ngonyaka odlule kanye neminye iminyaka eseyedlula ukuthi izinto zikaNkulunkulu ziyalindwa kumele uhlale ukhuleka njalo ungayeki abalandeli bami mabalindele ukuthi bazothola umculo ophilisayo nezobasiza  kakhulu ezimpilweni zabo. Okwamanje nginengoma eyodwa  kuYoutube enye yazo yakhishwa ngingazi nami ukuthi ubani kanjani. Whatsapp/ Call: 069 345 1601/ 065 639 3939 Facebook: Qhayiya Mdinwa.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *