USfiso Langa ‘Nkosiyamaquality’  waseMelmoth ocula uMaskandi ucela ukwesekwa

SHEILA MHLONGO

Ngidabuka ngaphansi koMthonjaneni  ngokuhlezi ngicula endaweni besekwaziwa ukuthi umsindo womkenenezo womculo kamaskandi  yimike loyo ukucula ngaqala  neqembu lesicathamiya ngo-2013 kwaya ngokuya ngokuzwa kwabantu bathi akengiyofaka noma eyodwa emshinini ngaya ngokukhula cha ngase ngidibana no bhuti Stability ngayofaka  izingoma ezu-6 bayithokozela abantu bekuneyodwa nje engike ngashaya ngayo izizwe esihloko sithi: “Nansi impumelelo ingiphunyuke zandleni.”

Isifiso  sami ukwazi  ngemicimbi ngibe ingxenye khona ngizoziveza kubathandi bmculo sengike  ngadibana nomkhulu Mabalengwe ngamzwisa umsebenzi wami  wawuthakasela futhi wasengibuza kungani ungaqhubeki nomculo ngamchazele simo ukuthi ngiswele amandla  ngo-2019 wayongifaka estudio lapho bengizitapela kuma competition kuzekubemanje ngsazama. Ngingajabula ukusebenzisana nazo zonke izinsizwa nosisi emculweni angikhethi muntu.

 Okuningi  engikufunde ngomculo kaMaskandi ngoba ngikhula ukuthi kudingeka  ubekezele  bengicela nabafwethu abasezayo kuwo beze nenhlonipho ngoba ziyakhala  kulomculo. Igama  engibizwa ngalo leNkosiyama Quality ngalisebenzela kakhulu ofisa ukuba sibambisane kulomsebenzi bengisacela sixhumane:  071 833 0030.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *