UNhlanhla ‘Rattata’ Ntuli  ufisa ukusebenzisana noDj Maphorisa

SHEILA MHLONGO

Ukuthola ama features kuma artists asekhulile kwi industry. Kulonyaka ngizokhipha umculo omunye nama music videos ngifisa ukuthola ama features kuma artists asekhulile kwi industry nokusebenzisana no Dj Maphorisa. Ngidabuka KwaMashu ngidume ngokufunda izingoma eziningi ngaphandle kokuzikhandla. Ubuchule bami obungaqhathaniseki nobuxhakaxhaka bungibeke  njengesihlabani esikhulayo endimeni yomculo.

Ngifunde ukuthi  kubalulekile ukufunda mayelana nendaba yezomculo ngoba kubalulekile kakhulu lokho. Abalaneli bangalindela single ezophuma maduze ye Gqom kuzobe sekuza EP emuva kwayo. Kanti kukhona piano elipholile engidume ngalo kanye neGqom ngizobe ngibadansisa kakhulu. Umculo wami utholakala kuwowonke ama dsp Spotify, Deezer, iTunes etc. khona ngoma ye Piano engikhiphile Rattata ft Aphiwe ingoma ethi  ‘Mina Nawe’.

Mayelana namabookings ngitholakala kwi management team Khulekani Zuma: khulekaniblaque@outlook.com, WhatsApp / Call :  084 451 0232, @RattataNtuli

Naku @rattata_ntuli

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *