Ngidabuka emabomvini esigodini sase Nqoleni into engifisa ukuba yenzeke ukuti ngiqashwe nje emcimbini ekhona nesazobakhona. izinhlelo zami kulonyaka noma sewuphela ngifisa ukuzibona ngishutha amavideo ngithenge nomfaniswano weqembu lami, ngiphinde ngthuthukise namaqembu asemvakwami.
Umculi engifisa ukusebenza naye ubhuti uJaiva Zimnike “umfokamiss ofundisa engafundi”, izifundo engizifundile ikhona ukubekezela into uma usayithanda nesibindi umuntu owenza ngibekanjalo ubhuti uNgelo V ngoba uyena umculi engaqala kuyena ukugida.
Into engalindelwa abalandeli ile-Ep esanda kuphuma njengamanje okunye kungaba umusic video nesingle track ngoDec. Umsebenzi uyatholakala koYoutube, Deeze,spotfy,Amazon. Ngiyatholakala WhatsApp/ Call: 072 053 8166 naku facebook: nhlangano Jesus wengoma dlamini.

