UTry Phoku(23) ungumdwebi wobuso babantu abahlukene ( Visual Artist) ozazalelwe aphinde ahlale e Bronkhorstspruit uthando lokudweba luqale eneminyaka ewu 12 esasesikoleni . Usesebenze nama Models aku Mr& Mrs Twane Regions, wavela nakumabonaduke ohlelweni iDaily Thetha ne Channel 260 lapho aye chaza aphinde akhombise ngo msebenzi wakhe . Udwebe nomculi odumile u Tyler ICU isithombe sengoma ethi “Ngimoja ngawe ”
Ufisa abantu bazi futhi baphinde bathenge umsebenzi wakhe we Art , ukuze akwazi ukunakekela umndeni wakhe
Facebook :Try Phoku
Instagram : try phoku
Cell no/ WhatsApp :076 790 5267

