USandile Shandu Fisa uxhaso lwestudio equipment kanye nama camera

SNENHLANHLA BIYELA

USandile Shandu(27) odume ngelika Triple S wenza umculo wama Piano kanye neGqomu ozalelwe eDokodweni osehlala eHaizelmere Dam eVerulam, uthado lomculo luqale 2013 esaseskoleni lapho ahlanganisa iqembu elalizibiza nge Experted Souls, kwathingo 2010 wasungula  iQembu eselisimeme  kakhulu kuze kube imanje selisebenze namanciko amaningi njengo, Sizwe Mdlalose (Afrotainment), Love Devotion, Koba Sings, CoolDown, Dj Lc, Shado M (inhliziyo yam ithi Hey hit maker) Que DJ, Emza, Yb, nabanye abaningi.

Umsebenzi esewenzile ehlanganyela namanye Amaciko Ilezi izingoma:

 (i 2000, Amagama, Lonyaka Lo , Ezinye Izingane, S’hampa Phansi, Izangoma, Big Zulu ,Asambeni Sodansa, Yini, Ama Wine, Khuluma Lendaba, Sangena. Njengamanje ngisebenza Kwi Album ebizwa Nge “The Siloka`z” SAGA ALBUM” Le Album isukela Ekuboneni indawo enhle esendaweni YaseNanda KwaNgcolosi ebizwa ngokuthi “The Silokazi`s” okuyindawo Yokuncebeleka kanti futhi iphinde ihlanganise imishado neminye imicimbi.

 kanye noku khiqiza zabalandela umculo kanye nabangathanda ukuba nazo.

Ufisa ukuxhaswa ngezinto zokusebenza (Studio equipments) kanye nama Camera okushutha ama Music videos “njengoba ngisazihlanganisela kuye kubenzima ukuhlezi ukhokhela abantu o R8000 ukuze ngikwazi ukuba no Music video ozodlala kumabonakude”

Umculo wakhe  uyatholakala yonke indawo “DIGITAL PLATFORMS-Youtube Channel “Next step Entertainment” ,Distrokid). Kumabonakude akhona Ama Music videos  kulezikundla, Channel O, MTVBASE, Trace Africa.

Njalo ngo Ngolwesini ngo 12:00 Kwi Top 10 GQOM ku Trace Africa Kanye naku MTVBASE njalo ngo 14:00 Is’gubhu Ngomgqibelo.

Facebook : Triple S Yawayinda

Instagram : @yawayinda

Tiktok : triple_s_yawayinda

Cell phone number: 0846860804

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *