SHEILA MHLONGO
Kulonyaka ngisayina ama-artist amasha ngaphansi kwe Record Label Inkanyamba Records EC, futhi kune Album esizokuyikhipha emvakwa June noKing Tyler ,Foxy Saul, AphiweRsa nabanye.
Kulonyaka sizokhipha ama-album awu-2 ngaphansi kwe-Inkanyamba Records EC ,bese senza I-Event Tour e-Eastern Cape sishuthe noMusic video we-album sibe senza ne media Tour.
Kulonyaka bengingathanda ukusebenza nawo wonke ama-artist ase-Eastern Cape nakwezinye izifundazwe asakhulayo ikakhulukazi asengenile kule-industry ngoba inhloso ukukhulisa umculo nobuciko. Asikhethi muntu uma unethalente ngizimisele ukusebenzisana nawe.
Ngonyaka ka-2024 akukuningi esikwenzile ngokuthi besisazama ukwakha nokuhlanganisa Inkampani iphelele konke kungabikho lutho eshodayo. Manje lokhu sikwenze konke lona ngunyaka wokuthi sifeze amaphupho.
Abalandeli bami kulonyaka bengalindela umculo omnandi onomyalezi othinta wonke umuntu.
Izingoma ziyatholakala kuwo wonke umculo wama artist wethu kwi digital platforms u-searcher uthi: “Foxy Saul or King Tyler or Pronator or AphiweRsa ” kuyavela nje konke.
Ngitholakala kulenamba: 060 302 7151 kuzona zonke izingoma searcher uthi: ‘Inkanyamba Records EC’ uzobe usuyasibona nemisebenzi yethu.

