Kuqoqwa iminikelo kaKhisimuzi wezintandane nabafelokazi
UKHISIMUZI ususemnyango, nodado sebeqalile ukubala izidingo zabo kubazali babo kanye nezinto abazithandayo kodwa kubafelokazi nezintandane akunjalo isimo sigaya ngomunye umhlathi.
UKHISIMUZI ususemnyango, nodado sebeqalile ukubala izidingo zabo kubazali babo kanye nezinto abazithandayo kodwa kubafelokazi nezintandane akunjalo isimo sigaya ngomunye umhlathi.
ABAPHATHI besiqiwi saseHluhluwe iKuleni Game Park bathi indlulamithi eyalimaza ingane abakayibulali, ngokwesitatimende esithunyelwe kwabezindaba sithi iKuleni Game Park isikuqinisekisile ukuthi umndeni ubuyizakhamuzi ezizimele kulesi siqiwi.
I-South African Medical Association okuyinhlangano yezobuchwepheshe yabasebenzi bezokwelapha bezinkampani zikahulumeni nezizimele eNingizimu Afrika ithi uhulumeni kumele athathe isinyathelo manje asize abafundi bakuleli abafundela ubudokotela ezweni laseRussia njengoba bebhekene nenkinga yokuxoshwa.
INHLOKO yeNational Prosecuting Authority Investigative Directorate (NPA ID), u-Advocate Andrea Johnson, uthe uphiko lwabashushisi luzoqhubeka nokusebenza ngaphandle kokwesaba nokuchema.
ABAFUNDI baka Matric bathole ithuba lokukhuthazwa ngaphambi kokubhala izivivinyo zabo embuthanweni obuhlelwe inhlangano iAfricology,endaweni yase Thohoyana, ngoMgqibelo.
UKUPHELA KWAMATHUBA EMSEBENZI KUBANTU ABANINGI KULELI NGENXA YECOVID-19 KUDALE UNKK ZANELE KHALOLI AFIKELWE UMCABANGO WOKUTHI ASUNGULE INHLANGANO AZOYISEBENZISA UKUSIZA ABANTU ABANGAKWAZI UKUQASHWA IKAKHULUKAZI INTSHA KANYE NABESIFAZANE OKUYIBO ABACINDEZELWA KAKHULU UBUPHOFU.
INTSHA ENGASEBENZI YASENGONYAMENI, NGASEMLAZA, OKUVELA UKUTHI KWATHATHWA OMAZISI BAYO KWENZIWA NGABO UBUGEBENGU IFUNA UKUSUSWA OHLWINI LWABANTU ABAQASHIWE, BESE KUPHENYWA OWESIFAZANE OSOLWA NGOKUGILA LO MKHUBA.
UTHABANI MKHIZE ODABUKA ENKANDLA ESIGODINI IGOLOKODO KODWA OTHOLAKALA ETHEKWINI, EMLAZI NGOKUHLALA UNGENE ENDIMENI YOKUBHALA IZINKONDLO, EZIKAQEDISIZUNGU KANYE NEZINDATSHANA EMINYAKENI EMININGI EDLULE YIZE EZE WAHLONISHWA NGONYAKA KA2011.