Kubalulekile ukuphuaza amanzi

SAMUKELISIWE MBONAMBI

Uku-oda iGlass yamanzi endaweni yokudlela kungase kubonakale kuwukukhetha okuyisicefe, nokho ukuphuza amanzi kunempilo kakhulu kuwe. Uma unenkinga nokunambitheka kwamanzi angenalutho zama amanzi anongiwe angenaswidi, noma wengeze ucezu lukalamula, noma ukhukhamba. Ukuze uthole impilo enhle eyejwayelekile phuza izinkomishi zamanzi ezingu-8 ngosuku. Uma ukhulelwe noma ukhula ngesivinini, ungase udinge amalitha amabili amanzi ngosuku. Amanzi ayingxenye yayo yonke i-system emzimbeni wakho futhi enza izimanga esikhumbeni sakho nasezinweleni.

Izinto amanzi asiza kuzo

Relieves Fatigue, Improves Mood, Helps With Headaches and Migraines, Aids in Digestion and Constipation , Improves Brain Function etc.