Ufihlwe ngomngcwabo osezingeni likahulumeni uClive Barker
“Lona esivalelisa kuyena akuyena nje umqeqeshi, ungumuntu ongubaba kubadlali abaningi bebhola lezinyawo noma abadlali bangaphambili.
“Lona esivalelisa kuyena akuyena nje umqeqeshi, ungumuntu ongubaba kubadlali abaningi bebhola lezinyawo noma abadlali bangaphambili.
Bebeshiyelana inkundla abaculi emcimbini we All White June 16 obuhlelwe iNatie Entertainment ihambisana ne Yayane Life Style endaweni yase Catoridge ngoLwesihlanu esiphuma kulona.
Onontanda kubukwa bazodlisela ngamafoni (Cell Phones) amasha akwa Techno ohlobo lwe SPARK 10 Series adle ngokuba ne 32MP ultra clear front camera ene Flash okhipha umbani owenza umuntu abe muhle ngempela kulabo abathanda ukwenza ama Selfie.
IPhalamende laseNingizimu Afrika ligunyaze uMthethosivivinywa Womshuwalense Wezempilo Kazwelonke (NHI), ovula indlela yokunakekelwa kwezempilo osezingeni lomhlaba eNingizimu Afrika.
U-AVBOB usanda kwethula uhlelo lokusiza abafundi olubizwa ngokuthi yi AVBOB STEP 12, inhloso yalo wukusiza abafundi balungele ukuhlolelwa izifundo zolimi eBangeni le -12. Loluhlelo lwe AVBOB STEP 12 luqukethe iziqondiso ZAMAHHALA zothisha nabafundi zokulungiselala ukuhlolwa kwe Banga le -12.
UManqoba Mkhize ongumsunguli we Mumbo Foundation odabuka kwaMaphumulo.
Ngokuhlala utholakala eMlazi Kwa V. Usungule lenhlangano yakhe ngonyaka ka 2019,
ngenhloso yokusiza abafundi kanye nabantu abasha endaweni.
I-KZN Sharks Board ithi iwuqaphe ngeso lokhozi umsebenzi we-sardine walo nyaka njengoba i-silverfish isivele ibhukuda ogwini.
NKOSIE NTOMBELAKuthungathwa abasolwa ababili ngemuva kwezinsolo zokudubula ababili abahola impesheni KwaZulu-Natal bashisa umuzi wabo nemoto eHlokozi oGwini Lesifundazwe. Laba ababili…
IJaji uTshifhiwa Maumela akaphathekile kahle, ngakho ngeke liqhubeke kuleli icala lokubulala likanobhutshuzwayo owabulawa uSenzo Meyiwa njengoba bekuhleliwe.
Abe Afro Barometer bekanye ne Democracy Development Program (DDP) bethule umbiko ngolwazi oluthinta abantu baseNingizimu Afrika mayelana nezinkinga ababhekene nazo okubalwa kuzo ekagesi, isimo sezulu esiguqukayo, kanye nokhetho oluzayo luka 2024. Lombiko bawethule Elangeni Hotel eThekwini ngoLwesibili lomhlaka 13 Juni 2023.