SHEILA MHLONGO
UMnyovu kasoni kulonyaka ka-2025 uzokhipha I-Ep ft mfulongashi kuyo lenyanga ka-March usuku alukaqinisekiswa. Izinhlelo zami zalonyaka kuphela kwawo ukuba ngikhiphe I-Album njengoba ngihlale ngikhipha ama-single track ngenhloso yokuhlala emehlweni abathandi bomculo kamaskandi.
Kulonyaka ngiyafisa ukukhipha noma ingoma eyodwa noMnu. uThwasa Lekhansela izifundo engizifundile ngonyaka odlule ukuthi kumele uziphushe izingoma uma usuzifakile kwi-online marketing. Kule-Ep ezophuma lapho ngi ft UMfulongashi abathandi bengoma bangalindela lukhulu ngenxa yezinga lengoma ezophuma ukuphela kwayo lenyanga.
Abalandeli ma befisa ukulalela noma ukudlala izingoma zami ziyatholakala online okubalwa Spotify, apple music, Youtube, Tiktok, Boomplay uthi: mnyovu kasoni zizovela zonke.
Ezokuxhumana :call/WhatsApp:0835136253 Facebook: umnyovu kasoni.

