UVictor ‘Makhalanjalo’ Dladla kuMaskandi waseMP ufisa umculo wakhe ubenabalandeli abaningi

SHEILA MHLONGO

NginguMakhalanjalo inkunzi yomswazi ngicula umaskand music kulonyaka ngifisa umculo wami udlalwe kumabonakude  nasemisakazweni ngihlele ukuthi umculo wami ufikelele emhlabeni jikelele.

Umculi engifisa ukusebenzisana naye kulonyaka ubaba uShwi ‘Ikhehla lenyoni’ kanti izifundo engizifundile ukuthi masingabaculi masingasebenzisana ingaba ningi inqubekela phambili.  Abalandeli bangalindela i-album entsha kanye nomculo ozobapholisa umphefumulo.

Umculo wami uyatholaka ku Spotify, iTunes, Amazon  and YouTube etc kanti mawufisa ukuxhumana nami  WhatsApp noma call: 073 074 3578.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *