OCall Back bafisa ukwenyusa izinga ukuze abalandeli bomculo bajabule ngabo

SHEILA MHLONGO

Engifisa ukukwenza kulonyaka ngifisa ukuzibona umculo wami ukwelinye izinga eliphezulu kunelango nyaka owedlule. Kulonyaka bengihlele ukukhipha i-Album kepha kugcine ngenzeki ngesimo samatoho sakhipha iEp enezingoma ezu-5.

Abaculi engifisa  ukusebenza nabo uMdumazi  Mhlongo no Menzi Mabizela  bese kuba uLimit Nala ngiyafisa ukusebenza nobhuti uThuthani Ndlovu uku producer. Izofundo engizi fundile ukuthi kubalulekile  ukuzimisela ngokuphusha umsebenzi wakho  ezinkundleni zokuxhumana  lokho ngibone kulula ukusaba lalisa igama nomculo kubantu.

Kulonyaka  ngenze ngokusemandleni ukuthi lapho umculo  ofika khona ufike uzakhele indawo ezinhlizweni zabantu ngoku hlukahlukene kwawo ngokwezingoma eziphakathi  kuyo le-Ep enezingoma ezu-5. Abalandeli umculo  bengawuthola kuzozonke izitolo  ezithengisa  umculo” online  zikhona zonke izingoma. Siyatholakala WhatsApp /Call : 079 164 4172 nakufacebook: OCALL BACK SA.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *