UNkosikhona Mhlanga ‘Ibhinca Lendalo‘ uthembisa ukunikhiphela iSingle

SHEILA MHLONGO

Izifiso enginazo kulonyaka ezokuthi umsebenzi wami mangiwukhipha kubantu bawamukele ngezandla ezimhlophe ngoba ngisebenze ngokuzikhandla kuwo. Izinhlelo enginazo kulonyaka ezokukhipha ISingle track ngenyanga ka-July mayiqala.  Kubobonke abaculi abakhona futhi abaziwayo endimeni ngingafisa ukusebenzisana nabo. Engikufunde ngonyaka ophelile ukuthi emculweni akumele ugijimele udumo noma ukwaziwa kepha kumele wenze umsebenzi ozokulandela udumo noma ukwaziwa.

Engalindelwa abalandeli bami kulonyaka umsebenzi omusha ozophuma no Music Video ozolandela weNgoma ezophuma.  UMusic wami uyatholakala kuzozonke indawo zomculo mawufika ubhale ukuthi “Ibhinca Lendalo ” uzobe usuvela umsebenzi wami. WhatsApp/Calls:082 266 2204, Facebook: Ibhinca Lendalo SA, Youtube Channel: Ibhinca Lendalo naku tiktok: Ibhincalendalo02.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *