ZAMA MAJOLA
UGogo Silungile Mtambo ovela kuSouth African Positive Women Ambassadors inhlangano yabesifazane abaphila neGciwane leSandulela Ngculaza ngokwehlukana kwabo, umdlavuza kanye nabasinde odlameni olusekelwe ngokobulili (GBV).
Sisebenzisana nabancane kuphrojekthi ebizwa nge-GearUp4AGYWs lapho sakha khona ukuqina futhi siqwashisa abahlinzeki bezinsizakalo ukuze baqinisekise indawo ephephile yama-AGYW kanye nabanye abantu abasha abasengcupheni. Sisebenzisa ukulingana ngokobulili, Ukukhuthaza nokwakha ukuqina kwamantombazane asemasha kanye nabesifazane abancane ukuze benze izinsiza zephrojekthi engabandlululi I-HIV, GBV kanye ne-SRSH ngolwazi oluningi WhatsApp/ Call : 069 269 0508 sapwaambassador@gmail.com.

