Niyamenya maCiko ukuzokwethamela workshop ezobe inipha ulwazi mayelana nolwazi ukuze uphumelele endimeni yanoma yiluphi uhlobo lomculo. Izinto ezizobhekwa kakhulu ukuqonda kahle ukushicilelwa koMculo nokwethembeka, Ukuvikela iBrand nemithetho okumele ilandelwe kanjalo nokusayina izinkontileka.
LeWorkshop izoba mhlaka-28 November 2025 ngolweSihlanu, kusuka ngo-12pm -3pm, indawo: Bat Centre, Durban. Amaciko azoba khona engenza RSVP kule email : musicbusiness@gmail.com kungenwa mahhala futhi niyanxuswa maciko ukuthi nithumele email engenhla ukuqinisekisa ukuthi uzobakhona ukuze konke kuzohambakahle.

