uMfundisi Khumalo kwaNdengezi ubonge umusa kaNkulunkulu ngesikhathi egubha usuku lwakhe lokuzalwa 

Kube yintokozo enkulu nenndumiso kuMfundisi Khumalo wakwaNdengezi  lapho kade ebungaza usuku lwakhe eqeda 60 years  esontweni eswedi hollyness of God kwandengezi bekuhlangene abaholi abehlukene nomakhelwane kanye nomndeni.nobaba omphethe Bishop JM  Ncube.

AbaBishop nabaFundisi bendawo inhlangano engiyingamele Rockdale Pastors Movement inhlangano yabafundisi yase waterfall eholwa  umfundisi S. Mkhwanazi ne team yonke neKhayalentokozo eholwa uBaba Khumalo inhlangano engenzinzuzo ibigalelekile noMfundisi  Mavundla  ehola  team yasekhishini umphathi wohlelo bekuMfundisi Lukhele.

Izithombe Zithunyelwe: Mfu. Khumalo kwaNdengezi

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *