UThishanhloko waseMzinyathi Primary School uMnu. Mthembu ukhuthaze abafundi ngezipho ikakhulukazi labo abenza ezemidlalo ezehlukene kanye nalabo abenza kahle ezifundweni zabo emakilasini ngokubapha izipho ngesikhathi bengakaqali ngokubhala inhloso yakhe bekungukubakhuthaza ukuze benze okukhulu kunalokhu abakwenzayo.
IZITHOMBE ZITHUNYELWE : NOMTHANDAZO MAGOSO

