Brown Dilika Vocalist obuya eqenjini Group (Do Be Rude) DBR. Igroup yaqala ngo-2008 inamalunga awu-5 agcina esesala emabili ngo-2013. Basebenze nabanye abaziwayo kumkhakha womculo kuma beat eGqom n Kwaito. Umculo wawudlalwa emsakazweni emningi ehlukene.
Kwathi ngo-2019 elinye ilunga le-DBR laba nobizo kwaphoqeleka ukuthi bathi ukuma kancane yize noma babekade beqopha i-project yabo ebebezoyikhipha EP 3rd Attempts yagcina ingaphumanga. Umuntu owayebasiza ekuphusheni umculo wabo kwaku Nhlanhla Mhlongo okuyena owabazama ukubaphushisa ukuze umculo wabo usabalale nakuma Radio Stations. Ngenkathi DBR ikhokha umoya njengoba ilunga labo lisamile ilapho khona Brown Dilika waqhamuka khona as a Solo Artist wacula yedwa wasebenza nabanye abaziwayo kumkhakha weGqom. Usazimisele futhi nokuqhubeka asiphe umculo omnandi njengoba esebenzisana neShandis Ikodwa mhla kuthiwa DBR yabuya if kwenzeka akanankinga yokusebenza ndawonye ngoba akuxatshanwanga

