USiyabonga Dzanibe uthi uma engathola ithuba lokungena kumabonakude angasiza ekulweni ngeninga yokhwantalala emphakathini

MINENHLE MHLONGO

Siyabonga Dzabile (23)  umbhali wama noveli waseMzimkhulu  eLourdes kodwa osezinze eThekwini ngezimo zokuzama isinkwa .Uqale ukubhala ngonyaka ka 2013 emvakokushiywa ubaba wakhe kwamgqema engeqiwa ntwala .Incwadi yakhe yokuqala esihloko sithi “let my voice be heard “ ekhuluma  kakhulu kwizinqinamba ezikhona ezweni. Ngomkhlaka 10 December leliciko lihlele ukukhipha incwadi  yalo yesibili yona egxile kakhulu kwimvelaphi nobuhle obutholakala  ezindaweni zasemakhaya “Ngifisa ukushintsha indawo yangakithi” ,ngigqugqumezela isiko lokubhala no ukufunda  ukushintsha indawo yangakithi  ngiqalise ngama kilasi e reading nawe writing  nanokuthi kubekhona I library  eseduzane.Nginesifiso sokuba umsebenzi wakumabonakude njengoba ngikholelwa ekutheni loluhlelo  lamabonakude lungasiza  ekulwisaneni nokhwantalala kanye nezinye izimo imphakathi ebhekane nawo Siyabonga. “ Ukuba seshashalazini noma ukubekwa endaweni ezongisiza ukumaketha nokuthumela umyalezo wami kubantu ngokushesha , ilokho nje leliciko elikucela kakhulu .Umsebenzi walensizwa uwutholakala mathupha  kuyena ku 0647253713 noma 0710517272 ezinkundleni zokuxhumana @Siyabonga Carl Dzabine  nanku tiktok  @Siyabonga Dzanibe

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *