UNompumelelo Sthembile Nzima Odume ngeGama Lika-Sharon Intombi Ye Coloured Ongumculi wesgospel Maskand NamaPiano Wakhipha 2019 Album Isihloko: Ungibhekile Waphinda Wakhipha Ngonyaka Ka 2022 Single YamaPiano Ishloko:PHANDA Eyaduma kakhulu yaze yaqokwakuma MBF (Awacebe Amaciko noMLWAZET yadla umhlanganiso yawina kwi Best Upcoming Amapiano Waphinda ngawo unyaka 2022-Disemba Wakhipha EP Isihloko Lishonile Ilanga Eza Kahle Kakhulu kuYoutube waphinda wakhipha iSingle ngo 2023 esihloko Summer Time Sharon Intombi Ye Coloured Ft DaMoose & Bobzin.
usengumsakazi we Abusekho UBUNZIMA CHRISTIAN RADIO wenza Uhlelo lwe Weekend Chillout ngeMgqibelo phakathi kuka 9am -12 Emini.
Ngelinye uSharon uthi uyafisa ukuba Umsakazi ovelele eziteshini ezinkulu okungaba Vuma FM, Igagasi FM noma Ukhozi FM ukuze ashintshe impilo yakhe nesimo sasekhaya
USharon uthi ufisa ukuthola uxhaso njengoba kunzima ukuthola umsebenzi, Uthanda ukubonga bonke abalandeli bakhe abamqoka bamuvotela ku Mzansi Traditional Cultural Music Award Owanqoba Wathola Award As best female Artist waqokwa futhi kuma KZN Namuhla Newspaper Special Award kwi Best female Presenter.
Ngaziwinela indodo loko okusho lukhulu kimi nokuthi ngikwazi ukukholelwa kimi . Kulonyaka omusha kuningi engikufisayo kulendima kaqeda isizungu umabona kude njengoba ngenza izifundo ze Acting.
Okwamanje uthi ucela ukwesekwa njengoba esephinde waqokwa Ku TATA TEMBISILE & THANDIE AWARD Best Radio Personality.
Umculo Wakhe uyatholaka kuzitebela Zonke Sharon Intombi Ye Coloured kanti Ungamlandela kuzo Zonke inkundla Zokuxhumana…… Sharon intombi Ye Coloured Ukumubooker ushayela lenombolo (0718766414)