IMeya yeTheku ikhuthaza ukuxhaswa kwamabhizinisi amancane abantu bakuleli

IMeya yeTheku ukhansela Mxolisi Kaunda ehambisana noNgqongqoshe wezokuThuthukiswa kwamaBhizinisi Amancane uNkk Stella Ndabeni-Abrams Kanye noDktl. Aaron Motsoaledi babe nezingxoxo ezimayelana nokuqapha abokufika kuleli abanezitolo ama Spaza Shop edolobheni eThekwini .

Imeya yeTheku ukhansela Mxolisi Kaunda uzwakalise uvo lokuthi nakuba zikhona izitolo zabokufika kodwa kumele kuhambe phambili ukuthuthukiswa kwalemboni ngokuthi kuxhaswe ama Spaza shop abantu bakuleli.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *