Lizoqhubeka nokusebenza ikhadi lakwaSASSA nangemuva kwenyanga kaDisemba

AbePostbank sebekhiphe isimemezelo sokuthi lisazoqhubeka lisebenze ikhadi eliGold lakwa South African Social Security Agency (SASSA) ngisho nango Disemba kuze kweqele ngalena kwawo . Lokhu okusho ukuthi abahlomula izibonelelo zikahulumeni bayokwazi ukulisebenzisa ngaphandle kwenkinga. Izindaba ezinhle ezokuthi abantu angeke badinge ukuthi balishintshe.

Continue reading

Kuhlomule osomabhizinisi abancane baKwaDabeka ngezitifiketi kowokocobelelana ngolwazi

Bahlomule lukhulu abahwebi basendaweni yaKwaDabeka ngesikhathi kunomhlangano wokucobelelana ngolwazi obumayelana nenhlanzeko yokudla nokuphepha obuholwa wuMasipala weTheku. Inhloso yalo mhlangano bekuwukuqinisekisa ukuthi imithetho yebhizinisi ebalulekile iyathotshelwa. Bangaphezu kuka-30 abanikazi bamabhizinisi, okuhlanganisa abawasha izimoto, abanikazi bama-tuckshop, nabaphakayo, abebehambele lo mhlangano wokucobelelana ngolwazi.

Continue reading

Injabulo amalunga omphakathi wase Fennin ku Ward 92 ehlomula ngezindlu

Abechichima injabulo amalunga omphakathi  waseFannin eClermont, kuWadi 92, ngesikhathi uSihlalo weKomidi lezokuHlaliswa kwaBantu kule Wadi, uThembani Luthuli, enikezela ngezindlu emindenini emibili. Lezi zindlu zakhiwe ngaphansi kwesigaba sesibili sohlelo iWest Storm Disaster Housing Project 2019. Ngokusho kolwazi olucashunwe ekhasini lika Facebook kaMasipala weTheku sithi, zikhona nezinye izindlu ezizonikezelwa kubanikazi bazo maduzane.

Continue reading

Kuhlomule abesifazane bemikhakha eyahlukene kwezamabhizinisi kowe Sebenza Women Awards 2023

Category Winner
1 Sebenza Women Champion Zime Msweli
2 Women with Disability Pinkie Mdunge
3 Emerging Entrepreneur Nontokozo Mdletshe
4 Business Champion Angel Ndlela
5 Sebenza Inspiring Women Khosi Twala
6 Youngest Female Leader in Government Nonkululeko Maphisa
7 Women in Farming Zandile Lipholo
8 Women in Construction Londwayinkosi Mhlongo
9 Women in Fashion Ziyanda Ndlazi
10 Women in Fashion Mafuthi Themba
11 Women in Hospitality Nkosingithandile Mbambo
12 Women in Tourism Nosipho Shozi
13 Women Leader in Local Government Bongiwe Majola
14 Women in Finance Ncumisa Fandesi Ndelu
15 Women in Traditional Healing Kwenzekile MaMngoma Bhengu
16 Women in Media Deli Malinga
17 Women in Media Sine Nene
18 Women In Music Sphesihle Zulu
19 Women Leader in Government Sector Hon. QT Xulu
20 Community Builder of the Year Phakamile Mazibuko
21 Entrepreneur of the Year Dr Thandi Ngxongo
22 Social Media Influencer of the Year Jacinta Ngobese
23 Best Performing Municipality in Gender Equality EThekwini Metro Municipality
24 Chairman’s Award Khosi Twala
25 Lifetime Achievement Award Dr Nomfundo Mcoyi – Zondo

Continue reading