Ukhala uyazithulisa owesifazane obulewe ephila udadewabo
Owesifazane osemncane ukhala uyazithulisa ngodadewabo owambulala ephila, uthi udinga ongase amsize njengoba udaba lwakhe elubikile nasemaphoyiseni kodwa lutho ukuthola usizo….
Owesifazane osemncane ukhala uyazithulisa ngodadewabo owambulala ephila, uthi udinga ongase amsize njengoba udaba lwakhe elubikile nasemaphoyiseni kodwa lutho ukuthola usizo….
Umuzwa wokuzigqaja, injabulo ubuvunguza e-Nelson Mandela Amphitheatre e-Union Buildings ngoLwesihlanu lomhlaka 30 Januwari, ngesikhathi uMengameli Cyril Ramaphosa emukela ngokusemthethweni iNdebe…
UMnyango Wezempilo uqale umkhankaso wokugoma i-Human Papilloma Virus (HPV) wango-2026. Lo mkhankaso uhlose ukugoma amantombazane aneminyaka engu-9 nangaphezulu ukuze bawavikele…
Amanani kaphethiloli kanye nakadizili azokwehla phakathi kwamasenti angu-50 kuya kwangu-65 kusukela ngoLwesithathu,namuhla. Lokhu kumenyezelwe uMnyango Wezemayini Nezinsiza Zikaphethiloli (DMPR). Uparafini…
Ngomhlaka 22 Januwari 2026, uNdunankulu waKwaZulu-Natal kanye nezihambeli ezivela ezwenikazi lase-Afrika nasezweni lonke, bahlanganyela neSilo samaBandla — iNkosi uMisuzulu kaZwelithini…
Uhlelo Lukazwelonke Lokuxhasa Abafundi (NSFAS) selugunyaze uxhaso lwabafake izicelo okokuqala abangu-626 935, kanti abafundi basemanyuvesi abaqhubekayo abangu-427 144 bahlangabezane nezimfuneko…
UMnyango Wezokungcebeleka Nezamapaki kuMasipala waseThekwini umema izikhungo ezingezona ezokwenza inzuzo ezibhalisiwe nezifanele (ama-NPO), izinhlangano ezingezona ezikahulumeni (ama-NGO) kanye nezinkampani ezingezona…
SHEILAMHLONGO UMengameli uCyril Ramaphosa uqoke uMmeli uDinkie Portia Dube njengePhini loMvikeli woMphakathi weRiphabhulikhi yaseNingizimu Afrika isikhathi seminyaka eyisikhombisa, kusukela mhla…
UMnyango WezaseKhaya (Department of Home Affairs – DHA) ukhiphe amakhadi e-Smart ID ayizi 4 002 964 ngonyaka ka-2025, okuyisibalo esikhulu…
Okungenani izikhulu eziyi-14 eziphezulu zoMbutho Wamaphoyisa aseNingizimu Afrika (SAPS) nezakuMasipala wase-Ekurhuleni (EMM) zidluliselwe ophenyweni ngemuva kokuthi zikhonjwe njengezingase zibe nesandla…