Umbono ka Gcinile Zulu e-Melmoth kwaYanguye mayelana nokukhwabanisa okwenziwa osopolitiki ezweni
UKUKHWABANISA okwenziwa osopolitiki ikakhulukazi eminyangweni esiza imiphakathi akusiphathi kahle. okokuqala siyayizwa imali kukhulunywa ngayo kwisabelozimali kodwa ushintsho asiluboni.

