UMinathi Gama okhubazeke ngokungaboni emehlweni akaneme neze ngomsebenzi woMnyango kahulumeni obhekele abakhubazekile

NginguMinathi wakwaGama. Iminyaka ingu-46. Ngikhubazeke ngokungaboni emehlweni. Ngokwami ngibona ukuthi abantu abanendaba nokuhlonishwa kwamalungelo abantu abakhubazekile, futhi angiboni kukhona umphumela otheni ngokubungazwa kwalenyanga ngoba abantu abaqondi ngokubaluleka kwayo.

Kuyo lenyanga uMnyango obhekele Abesifazane Izingane kanye nabaKhubazekile umise umhlangano obekumele ube khona ngoba wehlulekile ukuthola umuntu ohumunsha nge Sign Language, Ngakho uMnyango uyehluleka ukwenza umsebenzi wawo.Contact:  072 902 1321

SHEILA MHLONGO
Author: SHEILA MHLONGO

Joyina Umndeni Wethu

We don’t spam! Read our privacy policy for more info.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *