Umculi We Hip-Hop Ofisa Ukuthola Uxhaso Ukuze Adlondlobaleodabuka

ULungelo Mayatula (26) owaziwa ngo Njngua RSA odabuka e Eastern Cape eMthatha kodwa manje uzinze eWestern Cape eHermanus town nokuyilapha azama khona isinkwa,lensizwa iqale ukucula ineminyaka eyishumi nanye vo isinamacwe cwe amaningana nje impela,Izinyembezi  zenkwaleko eyi single ,no sleep eyi EP kanye nezingoma ezintathu eziphume ngo 2020 ukubala nje kafushane.ULungelo ubenesifiso sokuthola uxhaso olungango R15.000 lokuthola izinsiza kusebenza ezizomsiza ekukhiqizeni umculo oseqopheleni eliphezulu kakhulu.

Continue reading

UAmthande Mpempanduku Ongumculi we Hip-Hop ufisa ukwenza iRecord Label ezosiza abaculi

UAthande Mpepanduku ohlala eGermiston Edukathole ongowokudabuka e Mount Ayliff e Mrwaqa eEastern Cape  owaziwa ngelika  Amthande youngnora  ongumculi wama piano abuye abe yinxusa le Velcro Clothing  oqale ukucula ngonyaka ka 2016 Une EP esihloko esithi Inxeba eyenziwe ngaphansi kwesandla Double Geez okuyiyona eshisa izikhotha  njengamanje eyathengisa ubuthaphuthaphu emakhele negama elihle kakhulu.

Continue reading