USOLWA NGOKUSENGA EZIMITHIYO UTHWALA KWELIKA SENZO MEYIWA
Liyaqhubeka icala eselicasule izakhamizi eziningi eNingizimu Afrika lokudutshulwa kubulawe loyo owayengunozinti we Orlando Pirates ne Bafana Bafana uSenzo Meyiwa waseMlazi KwaZulu-Nata
Liyaqhubeka icala eselicasule izakhamizi eziningi eNingizimu Afrika lokudutshulwa kubulawe loyo owayengunozinti we Orlando Pirates ne Bafana Bafana uSenzo Meyiwa waseMlazi KwaZulu-Nata
Kugqugquzelwa abanamakhadi okuhola izibonelelo asezophelelwa yisikhathi ukuba babhalise ukuzihola ezitolo zakwaShoprite mahhala.
Kuzoba lula ukuthola ulwazi kwezobuCiko emacikweni asemasha akuleli, kulandela ukusungulwa kwesikole sezobuCiko okwenziwe yinhlangano engenzi nzuzo
Iningizimu Afrika ibhekene nenkinga yezempilo yomlomo njengoba izigidi zabantu ziguliswa ukubola kwamazinyo, isifo sezinsini nomdlavuza womlomo.
I-TB ibangwa yigciwane elibizwa ngokuthi yiMycobacterium Tuberculosis elivame ukungena emaphashini. Nokho, igciwane leTB lingahlasela noma iyiphi ingxenye yomzimba okub- alwa nezinso, umgogodla, nobuchopho.
UMasipala weTheku usugunyaze uPhiko lwezokuHlanza nokuQoqwa kukaDoti (CSW) ukuthi luqhubeke nokuhlinzeka oplastiki bokufaka imfucuza yasengadini abaluhlaza okwesibhakabhaka ngokuthi badayiswe ezitolo.
ULindani Sukunde(18) ohlala e-Eastern Cape, e-Elliodale ungene endini yomculo ngonyaka ka2022 ngenyanga kaJuly enza umculo waMapiano kanti useke waqopha ngisho izingoma ezine(4) okubalwa kuzo ethi NGEZINTSUKU ZOKUGCINA, KUZO ZONKE NTOMBI ZALOMHLABA, IZINTO ZALOMHLABA azazisa ngazo ebantwini.
Inhlangano yezempilo emhlabeni, iWorld Health Organisation (WHO), ithe uhlelo lokuthi kuvikelwe izifo ezibulalala izingane lubambezelekile emazweni amaningi ngenxa yokubheduka kwe-Covid-19.
IMeya yeTheku uKhansela Mxolisi Kaunda ivule isikhungo okuzohlomula kusona umphakathi njengoba sizothuthukisa amakhono, lesi sikhungo sivulwe ngokusemthethweni ngomhla ka-19 Ephreli.
UNikiwe Khethani(35)odabuka e-Eastern Cape kodwa otholakala eNorth West eRustenburg ungene endimeni yezomculo ngonyaka ka2016 ecula izingoma zeTraditinal Gospel.