Ezika Fohlamasango “Abafana Besitayela” iqembu elikhulisa intsha ingabi uvanzi

SHEILA MHLONGO

Inhloso yokuvusa iqembu ngihlose ukwakha abantwana bekhule bengagangi begcine sebengena kuma (drugs) ugwayi nasezinkambeni . Emvakwemnyaka emihlanu ngizibona selisezingeni futhi ngyalibona njengamanje ukuthi liza kahle izinkabi  ziyafika iqembu liyaqhubeka liyaphambil isbalo njengoba zu-31 manje.

Asikazihambi iziteki kodwa sokhumbulak kulemnyaka yango-2005 lake lahlabana ngomjezi wengoma kanye nemali engango R3000 njengoba selibuya isbili leliqembu ngiyafisa noma ngabe ubani othi yena wenza isteki ngsacel asfake kuleso  sengoma kashiyameni.

Mphakathi wakithi wonke nje ngizobala lezi godi: Ovanzini, Ezimpangeleni, Esgedleni, Ntola, Esngquzuka, Ezagqayini, Esnamfini, Emthandeni, Kwadendethu, Emaqwaybeni nase Ngcongangconga.

Kuzo zonke lezindawo ngiyabathembisa abantu ukuthi khona okuhle esiza nakho, zonke lezigodizinamagoso akhona esbambisen nawo. Amagoso engfiisa ukusebenzisana nawo: Ndizamshini,

Mphakethe, Sondoda, 2bullet kanye noMthakashani. Bese ngicela uxhaso kumakhansela akithi akulama ward afakisandla lukhulu luyeza: Ward 3, Ward 4 naku Ward7.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *