Ungabomdelela umuntu okuphakamisile umuntu okwenze waba lapho esicongweni

Enye indoda yayihlupheka, yatholwa omunye usisi wase ehlala nayo wayizamela itoho, yasebenza Losisi wasebona ukuthi kuzomele azame imali ukuze lomlisa athole izincwadi zokushayela. Wazenza  izincwadi wathola nomsebenzi wokushayela amaloli. Kuhambe isikhathi yashintsha lendoda , isidelela ingasabuyi nangezinye izinsuku endlini lapho lutho lendoda ukubuya.

Laphela itoho kulo wesimame,  kwashuba ubethi noma emfonela  ecela noma impuphu nje lendoda ivese ithi ubanga isicefe akahlukane nayo  kwahamba kwahamba zajika izinto. Kwaphela itoho kulendoda. Lapho isinomqasho wayo yiyo leyaya umhlaba usuyishaya isibuya Lapho ayifiki ngisho no plastic onokudla usukhohliwe yini ukuthi wena uze ube la ukhona yimi.

Inkinga usuke wadelela lento ekuphakamisile khumbula uma uzokhahlela isitebhisi omi kuso nawe uzowa bhu phansi sengisho ukuthi nakuwe uma uzodelela abantu okuyibo abakuphakamisile uzoba nenkinga.

Brian Smile.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *