UMj Mabunda  ufisa ukufeza amaphupho akhe emculweni njengokucula into ezothandwa abalandeli bonke

SHEILA MHLONGO

Ngifisa ukuthi ngibonise amakhono ami ngifeze amaphupho emsenzini wami  futhi ngicule into ezothandwa abantu ngiphinde ngithole nethoba lokuqashwa emicimbini emincane nemikhulu.

Okunye engkufisayo ukwenza umculo ngenddlela yami ngingakopeli kwabanye kube indlela yami , ngizinike isikhathi, ngisebenze kuphrojekthi yami yomculo, ngizibophezele ekusebenzeleni  ukuwina, kungakhathaliseki ukuthi kuncane kangakanani ngiphinde  ngithuthukise umculo wami emhlabeni wonke.
Kulo nyaka ka-2025 ngifisa ukusebenza nalo mculi we-Gospel ubhuti uThinah Zungu uProducer kube ubhuti uMthobisi Ntshangase. Unyaka ka-2024 ngifundele ubuphoyisa Umsebenzi womkhakha ozimele, ukubopha,ukuqhuba uphenyo lobugebengu,ukugcina ukuthula emphakathini nokuphepha kanye nokunye okuningi.

Abalandeli bami kulonyaka bangalindela i new album: MJ MABUNDA ft with 1 of the gospel star to make hit after hit. Izingoma zami abalandeli bangazithola kuma platforms uma kune ngoma ensha  digital stores: spotify,iTunes,amazon,YouTube,Tvs,radios ect. Ngolwazi oluningi ngitholakala WhatsApp/ Calls : 061 697 7449 , Facebook: MJ Brite ,tiktok:@mabunda910.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *