Igama lami ngu-Alwande Owami Duma ngazalelwa eKing Edward ngifisa ukuzibona ngiphumelela ezifundweni zami, ngiphatheka kabi mangibona abafundi bethola izindondo esikoleni mina ngingayitholi.
Into engiyifisayo ukuphuma phambili kuma-Award obuciko ngingathanda ukusebenzisana noQhawekazi Mazaleni sibe kwi-Kuyasetshezwa Peagent eyodwa. Isifundo engisifundile ukuthi kwi-Competition kuyo asiwini sonke, nokuthi ungamubukeli umuntu phansi. Ngifisa ukuphumelela kwami kwi model ngaba phoxi ngihlezi bengangithola kuFacebook : Alwande Duma naku whatsApp: 081 3336 939.

