UNqobile Shabala uZime ofisa ukuxhaswa ngamavoti ukuze athole isicoco obekade esilangazelela

Minenhle Mhlongo

Nqobile Shabalala (20) unobuhle osemncane ozalelwe wakhulela empumalanga kodwa  manje uzinze eThekwini ngenhloso yokuqhuba izifundo  enyuvesi yaKwazulu Natal kwi collage Ye Agriculture, Engineering and Science.Lentokazi iqale ukumodela ngonyaka ka 2021 nokuyilapho athathe khona isicoco sika Miss Mkhondo 2nd princess akagcinanga  lapho wangenela umncintiswano we Face of Devotion waphinda walala isibili.”Manje  ngingenele I Mr & Miss Equator 2023 fanalist ozoba ungezi 9 ku Disemba 2023 eBlue Waters Hotel e Thekwini ,ngifisa ukuthi abantu bangivotele kule competition engiyingele .Ukuvota  bengathumela imali nge EFT/ATM ku mobile cc|FNB  Account number 621 969 84 sebenzisa igama Nqobile Shabalala njenge reference  ukuze kubelula ukubona ukuthi uxhase mina” Nqobile. namukelekile ukungixhasa ngemali nangokuthenga amathikithi okuzobuka ayatholakala eweb ticket ngo R100 nje kuphela azoqala ukutholalaka ngomhlaka 1Disemba 2023  .Uma unemibuzo noma ufuna ulwazi oluningi ungangithinta ezinkundleni zokuxhumana @Nqobile shabalala ku facebook ku Instagram @ n.qosh

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *