Minenhle Mhlongo
USkhanyiso Tanny Mabuza owaziwa ngelika Skhvndv keed (21) owenza umculo we hip hop ahlose ngawo ukubuyisa ithemba kubantu asebelahle ithemba empilweni.Lensizwa izalelwe eMpungalanga eNkomazi endaweni yase Langloop kodwa isizinze e Midleburg ngenhloso yokuzama uxhaso emculweni wakhe.USkhanyiso uqale ukucula ngo 2017 nokuthe ngo 2018 wakhipha I EP yakhe yokuqala ethi “fake love “ ebinamacwecwe amahlanu , uphinde wenza ama open-verse challenges nokubalwa kuyo Ingoma ka Zakwe ethi “thixo wami” nokuyilapho u Zakwe wamu co-signer wakhona nokuzakhela igama ezinkundleni zokuxhumana wenza ingoma ethi “ngiyabonga “ ka Duncan nakhona wa co-signwa “ Ngifisa ukuthola umuntu ozongisiza angikhulise ngikwazi ukuthola amagigs ngithole nethuba lama features nokuthola u producer esizosebenzisana ngokuzikhandla naye futhi ozokholelwa .Ngifisa nokuthola amapromoters nawo asemnkantsha ubomvu endimeni khona umculo wami uzosheshe ufike ebantwini “Skhanyiso ,lensizwa isezinhlelweni zokuphikha icwecwe elithi my love yokuqala kulonyaka nomuntu wase Nigerain owaziwa ngo Splash kanye no Sirm ongu producer.Uyatholakala ezinkundleni zokuxhumana u Skhvndv keed ku facebook ku instagram @thereal
-skhvndvkeed inombolo yocingo