ISIMEMO ESIBHEKISWE KUBATHANDI BEZOBUCIKO NOBUMNANDI  UKUTHI BAPHELELE NGOBUNINGI BABO EMCIMBINI WAMA KZN NAMUHLA 3rd ANNAUL ARTISTS AWARDS 2024

IPhephandaba lomphakathi limema umphakathi ongabathandi bobuciko kanye nomculo ukuthi uphelele ngobuningi bawo emcimbini wama KZN Namuhla 3rd Annual Artists  Awards 2024, ukuthi uzobungaza amaCiko azobe esina ededelana ukubungaza inyanga yamaGugu, Kanti azophinde athole ukuhlonishwa ngezindondo, izitifiketi kanye nemititilizo yemali engukheshi kulawo athole amavoti amaningi kunamanye.

USUKU LOMCIMBI: uMgqibelo womhlaka 7 September 2024

INDAWO: Ethekwini Community Church

163 Anton Lembede Street, Durban Central

ISIKHATHI: 10:30 – 15:00

IMALI YOKUNGENA:  R100 (General) – R150 (VIP)

Abamabhizinisi abafuna ukuzobukisa ngemisebenzi yabo noma ngezimpahla zabo bamukelekile bona bangena ngo R500.

Imali ikhokhwa emnyango

Ukwazi kabanzi kungaxhunyanwa noMhleli womcimbi umama uSheila Mhlongo kunombolo kaWhatsApp: 076 390 6969 noma kuMthunzi Nhlengethwa: 081 383 9260

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *