USifiso Ernest Nomazombela waseLusikisiki ufisa ukudlondlobala emculweni nasemabhizinisini

Ama new year resolution ami ukuthi ngifike emakethe iproject yami yaziwe ngabantu baseMzansi Afrika ngifuna ukukhula emculweni kanye nasebhizinisi lami elincane, ngifuna ukufinyelela esigabeni sokuba umculi ovelele njengoba ngingakadumi kodwa ngiyafisa ukwaziwa umhlaba wonke njengeCiko elisakhula.

Uma ngingathola uxhaso ngingakwazi ukuphusha onke amaphupho azosiza isizwe sakithi kodwa ngosizo lomSamariya olungileyo ngingakwazi ukufeza izinto eziningi ezingasiza nabanye abaculi.
Izinhlelo zami seziqalile ngine-PR yami yokuma ohambweni lwami lomculo ngokungihlelela i-gig ekhokhayo nengangikhokheli nokungihlelela ama-interviews emisakazweni  angigcini lapho ngifuna indawo kumaSOPIES ahlukene njengoba nami ngiwumlingisi. 
Ngibusy kakhulu ngifisa nokuvela  ku-ENCA TV kanti ngakolunye uhlangothi ngimatasatasa ukuthola umxhasi wemiklomelo yami kaTembisile noThandie 2025 (TATA25).
 
Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *