USaqule-sezulu wase-Eastern Cape ufisa ukucula negagu lasoPhongolo

SHEILA MHLONGO

Ngingu mculi kaMaskandi odume ngelika Saqule-Sezulu  from Eastern Cape  enyakeni ka-2024  ngifunde ukuthi kubalulekile ukuzimisela  kukho konke okwenzayo  minake ngingakujabulela kakhulu ukuthi kulonyaka ka-2025 ngithole ithuba lokudidiyela ingoma engizoba nensizwa eseyaziwa kakhulu endimeni kamaskandi umfoka Ndlovu odume ngokuthi  “Igagu lasePhongolo” uGatsheni.

Lokho kungangenza ngibone ukuthi amaphupho ami ayafezeka ngampela.

Into engiyifundile ukuthi kuhle ukuzehlisa kubantu uphinde uzihloniphe wena ukuze nabanye abantu bezokuhlonipha. Engifisa abathandi bomculo bekwazi ngami ukuthi umculo wami uyatholakala kwezinye zama social media kanti inamba ithi: 0718896631.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *