SHEILA MHLONGO
UNtokozo Mngadi kwaMaphumulo owenza uMaskandi ngaphansi kweqembu AMAV 6 kulonyaka ngifisa ukufaka osonkondlo abawu -2 estudio benze ama-EP. kulonyaka ngizokhipha EP makuphela February. Iqhawe eselimkantshubomvu endimeni kaMaskandi engifisa ukusebenza nalo ubhuti uDR Khangeleni DSD ‘’Dubula sodubulana” Mhlongo.
Ekufundile kuleminyaka ngikulendima ukuthi kuyiphutha ukufaka umsebenzi kuma online store isikhathi sesihambile kumele usheshe ukufaka abantu besakhathalele ukukuzwa, okunye abathandi bomculo kulonyaka bengalindela i-EP. Umsebenzi uyatholakala kuzona zonke izitolo zomculo online.
Inombolo engitholakala kuyo WhatsApp and call: 0635412612 Facebook page: AMAV 6 SA, Tiktok Hlalabemsukela personal account Facebook Ntokozo Mngadi Hlalabemsukela.