SHEILA MHLONGO
Kulonyaka engifisa ukukukwenza ukunikeza abalandeli bami okuhle kodwa ngephimbo nokuzimisela kakhulu kunasekuqaleni . Akukho okubi abazokuzwa ngami okubhedayo.
Izinhlelo zami zakulonyaka zimi kanje mhlaka 08 February 2025 ngikhiphe I single Track (Title) ngifisa ukuba ngisebenzisane noMankomose SA & Emily Mia. NgoMarch usuku angikalazi ngiyobe ngikhipha I EP yokuqala KuMaskandi ethi:Nondla amadodenu lapha ngisebenza ngedwa akekho omunye inezingoma ezintathu(3).
Ngifisa ukusebenza nabo ubhuti Mjolisi SA, Isitha Sama ex , Ithwasa Lekhansela kanye noBahubhe ko Producer ngifisa ukusebenza e GMD. Engikufundile ngonyaka ophelile ukuthi akekho umuntu ongamdingi omunye umuntu njengamalunga omzimba wonke abambisene makulimale unyawo yihlo elike libheke kuqale ukuthi kwenzekeni bese kusuka isandla siyolekelela. Ngiyafisa abantu banginike isupport ngayo yonke indlela abangangi support ngayo.
Kulonyaka ngizobona ngokuhamba kwayo Ep ukuthi ngiqhubeke noma ngime kuzosho abalandeli ngo support. Izingoma ziyatholakala kuYouTube Channel yami Msolwa Maskandi Artist . Usatholakala khona kuphela okwamanje . Ngiyatholakala kulenombolo: 078-550-8373 iyaWhatsApp iyafoneleka.
Facebook:Msolwa SA kanye TikTok: brilliantrsamsolwa7 .

