SHEILA MHLONGO
Kulonyaka ngifuna ukuphusha iSingle track yami Title: IDLOZI LAMI ngiphinde ngishuthe nevideo yayo. Izinhlelo ukuthi ngidedele i-album yomculo wami, ngenze nama video ambalwa. Ngibe namaperformances ukuze abalandeli bami bangibone futhi bangazi kancono. Ngiyafisa ukuqhubeka nokusebenzisana neTop Floor Production.
Ngingakuthokozela ukuthola ithuba lokusebenza noDj Tira. Isifundo engisitholile esokuthi kufanele uzimisele kukho konke okwenzayo futhi ube neqiniso kokwenzayo. Abalindele umculo omningi engizowudedela kulonyaka kanjalo mama video nokuperformer ezindaweni ezahlukene.
ISingle engiyikhiphile: IDLOZI LAM iyatholakala kuwowonke ama music platforms kanti ngitholakala kulenamba : 065 731 9689.

