IPolitiki ingakumangaza
Impela ipolitiki ingakumangaza, futhi sengiyabona ukuthi azikho izitha kulendima
yezepolitiki, ngoba ungaze wethuke ukuthi kuxatshenwe kanti lutho ke kudlalwa umdlalo nje.
Impela ipolitiki ingakumangaza, futhi sengiyabona ukuthi azikho izitha kulendima
yezepolitiki, ngoba ungaze wethuke ukuthi kuxatshenwe kanti lutho ke kudlalwa umdlalo nje.
Ubuholi obuphezulu kuMasipala weTheku bebuphume ngobuningi bakho
ukuyozibonela impumelelo yezomnotho kanye nezokuvakasha edalwe umjaho we
Hollywoodbets, Durban July, obubanjelwe eGreyville Racecourse ngoMgqibelo
womhlaka 1 July.
Abagijimi abavela kuma Ward awu 24 asOndini bebemenywe uMasipala wasoLundi ukuba azobahalalisela ngokuthi babe yingxenye yalomgijimo woMhlaba wonke Jikelele.
Ukusa kwangomhlaka 16 June kwaziwa ngabafana abaneminyaka ephakathi kuka 7 no 15 abadlalela amaqembu adlala ku Umlazi Junior League esigcemeni sakwa E eMlazi. Lamaqembu athatha isinqumo sokudlala imidlalo yomkhaya ngenxa yokweswela uxhaso lokuhlela i tournament.
Kuwavulele amathuba amasha ukuwina indondo yama KZN Namuhla Artists Awards 2022 amaCiko UMhleli wephephandaba lomphakathi kanye nomsunguli wama KZN Namuhla…
UMasipala umatasatasa namalungiselelo okuqala uhlelo olusha lokuthenga ugesi wekhadi olubizwa ngeSTS 6. Lolu hlelo luzoqinisekisa ukuthi amakhasimende asebenzisa ugesi wekhadi ayakwazi ukuqhubeka nokuthenga ugesi ngemuva komnqamulajuqu wangomhla ka-24 Novemba 2024 lapho khona kuzoqedwa uhlelo lokuthenga ugesi wekhadi olusetshenziswayo njengamanje.
UHulumeni waKwaZulu-Natali uzimisele ngokuguqula isimo sokusweleka kwemisebenzi entsheni. Lokhu kuhlaluke ngesikhathi uNdunankulu wesifundazwe uMhlonishwa uNomusa Dube-Ncube ekade ehola uhlelo lwe Career Expo ebibanjelwe eUKZN ngomhlaka 24Juni 2023.
Inyunyana yabasebenzi iSolidarity ithe ucwaningo lwayo lukhombisa ukuthi odokotela eNingizimu Afrika abazimisele ukusebenza ngaphansi kohlelo olusha lweNational Health Insurance (NHI) scheme.
Intsha yanamuhla kuzomele ibhekisise amathuba emfundo ahambisana nesikhathi samanje, ikakhulukazi kulesikhathi se Fourth Industrial Revolution (4IR). Lokhu kumele ikwenze kusukela emabangeni aphansi ingalindi kuze kufike emabangeni emfundo ephezulu.
Intsha yase Thekwini namaphethelo ebikwinkomfa ye Youth Indaba yesikhombisa ehlelwe yi DDP ngomhlaka 14 Juni ikhale ngokukhishwa inyumbazane ngabaholi ekuthathweni kwezinqumo ezibathintayo. U Eyami Mgqebisa ofunda e Inanda Seminary Girls School uthe bayemukela ukuthi baholwa ngabantu abadala kodwa ubona bebacindezela ngokungabaniki amathuba emisebenzi ePhalamende kanye namathuba okuthatha izinqumo ezithinta bona beyintsha.