UNgqongqoshe ugxeka ukubulawa kwasebekhulile
UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal, uNonhlanhla Khoza, ukugxekile kakhulu ukuqhubeka kokuhlukunyezwa nokubulawa kwabantu asebekhulile abasolwa ngobuthakathi
UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal, uNonhlanhla Khoza, ukugxekile kakhulu ukuqhubeka kokuhlukunyezwa nokubulawa kwabantu asebekhulile abasolwa ngobuthakathi
Kube yinjabulo kumaNazaretha ngolwesine mhlaka 22 ehamba noNyazi obeluhamba ngezinyawo beqhakazisa iTheku besuka kwipaki uBotha benqamula ku Prixley Ka Seme Street beholwa ngunyazi obeluhamba ngezinyawo kuyiwa eMoses Mabhida.
Luzoqhubeka uhlelo lokuthuthukisa intsha olwasungulwa yi Primestars olubizwa nge “What About The Boys”
“Ithenda livaliwe ngomhlaka-12 Meyi 2023, kuhlomule i Empa Structures (Pty) Ltd ngalethenda lika 54 Million lezinyanga eziyisthupha ngolwesibili mhlaka 13 Juni 2023″
UDKTL. HALIMA KHUNOETHE: Njengamanje oyiNhloko yeHhovisi le-Head of the Office of Standards and Compliance eMnyangweni Wezemisebenzi Kahulumeni Nokuphatha.
Impela ipolitiki ingakumangaza, futhi sengiyabona ukuthi azikho izitha kulendima yezepolitiki, ngoba ungaze wethuke ukuthi kuxatshenwe kanti lutho ke kudlalwa umdlalo…
Ubuholi obuphezulu kuMasipala weTheku bebuphume ngobuningi bakho ukuyozibonela impumelelo yezomnotho kanye nezokuvakasha edalwe umjaho we Hollywoodbets, Durban July, obubanjelwe eGreyville Racecourse ngoMgqibelo womhlaka 1 July.
Zizwele ubumnandi bokundiza ngebhanoyi lakwaLift elinezihlalo ezintofontofo, linezikhala ezenza uhambe ngokukhululeka ngaphakathi (Specious and comfortable),
Uneziqu eziningi phakathi kwazo okuyi-PHD yase-UKZN
Sakhula sifundiswa ukuthi obonayo
uhola impuputhe ayifake endleleni kodwa isikhathi esesiphila kuso inkohlakalo seyavukela
abantu obonayo usengayidonsa impumputhe ayifake eweni ukuze aphumelele ngayo.