February 2026
Abe Metro Police bahambele isikole saseMaqadini beqhuba umkhankaso wokuqwashisa ngophuzo oludakayo
Amaphoyisa eMetro ngaphansi kukaMasipala waseThekwini baqalise umkhankasowokuqwashisa intsha ngophuzo oludakayo kanye nezinye izinhlobo zezidakamizwa nokukhulelwa okungahleliwe. NgoMsombuluko womhlaka 20 Meyi…
Ithimba leziphathimandla zaseThekwini zigasele emabhizinisini aseMlazi ehlola ukugcinwa komthetho
UMasipala ube nomkhankaso wokuqinisekisa ukusebenza komthetho eMlazi lapho kuvakashelwe khona izitolo eziningi ukuze kuhlolwe ukuthi ziyayithobela yini imithetho yezempilo nezokuphepha….
UMaspala weTheku utshale uR600-million ekwakheni I Westown eShongweni
ZUKUSWA MTHANTI Amathemba kwimpucuko endaweni yase Shongweni emva kokufakazisa I Balwin properties ekutshaleni u R2-billion namuhla ubambisene no Maspala weTheku….
Ithimba leRural Area Based Management eThekwini ligasele KwaDabeka lihlola izitolo ezidayisa ukudla
UMasipala weTheku uyaqhubeka nomkhankaso wokuqinisekisa ukuthi izindawo ezithengisa ukudla zisesimweni esifanele. Muva nje, uphiko lweRural Area Based Management Unit luhambele…
UMhleli weSouth Africa Clash of the provinces unxusa abaxhasi bomcimbi
SHEILA MHLONGO UNkk Christina Maloka (Mrs Africa international 2020) ukhiphe isitatimende lapho enxusa khona abangase baxhase umncintiswano wozime owaziwa nge…
Kuqwashiswe ogogo ngezimpawu zokuhlukumeza ngokobulili eSeaview Creche
SHEILA MHLONGO Abantu abadala ogogo bezingane ezifunda enkulisa yase Seaview Child and Development Centre ese Ilfracomb eMgababa bathole ithuba eliyingqayizivele…
Selidume ledlula usuku lokhetho luka 2024 emazweni angaphandle
SHEILA MHLONGO Selidume ledlula usuku lokukhetho luka 2024 emazweni angaphandle, lokhu kuza emva kokuthi izinkumbi zabantu bakuleli abahlala emazweni angaphandle…
Amaphoyisa athele phansi ngenhlamvu abasolwaabangu -6 eCamperdown-KZN
SHEILA MHLONGO Ezakamuva zithi abombutho wamaPhoyisa SAPS athele ngenhlamvu abasolwa ababalelwa ku -6 ngoLwesine evikini eledlule. Kanti kutholakale nezibhamu ezinhlanu…
UMengameli uRamaphosa ugcine esayinde uhlelo lomshwalense wezempilo –NHI waba semthethweni
SHEILA MHLONGO UMengameli wezwe uMnu Cyril Ramaphosa ugcine esayinde uhlelo lomshwalense wezempilo owaziwa nge National Health Insurance phecelezi NHI waba…

