UMinenhle Percy Mngadi odume ngelika Bhut M P waseMarianhill Zwelibomvu ufisa ukqedela I-album yakhe

SHEILA MHLONGO

 Isifiso sami kulo nyaka ukuqedela i-album lami engaliqala ngonyaka ka-2023 elibizwa ngokuthi “Iphimbo lami” bengethemba lokuthi ngizolikhipha kulonyaka ophelile ngenxa yezinkinga zemali kwangenzeka njengoba bengifisa.

Izinhlelo zami ukukhipha amasingle amabili before ngikhiphe i-album eyokuqala ngizoyikhipha ngo-February ebizwa ngokuthi”Uthando Oludala” i clip yalo isikhona ezinkundleni zokuxhumana kanti yenza kahle kakhulu omabili lama single engizowa khipha azoba khona kwi-album.

Abaculi engifisa ukusebenza nabo uDuncan, Zakwe kanye no Abdus okuyi bona engikhule ngibukela kubona kakhulu kanti kwi-album bengifisa ukusebenza noMawhoo kwenye yezingoma zami.

Lonyaka odlule ungifundise ukusukuma ngizithathe, emva kwezi nkinga eziningi ezingehlele emculweni ngizizwe ngiphelelwa amandla okuyinto abalandeli bami abangayi thandanga, bangi gqugquzela ukuba ngivuke ngizithathe ngibe iloBhut M P ababe mazi baphinde bathanda not umculo kuphela kodwa kanye nogqozi nofuqufuqu abenalo

Abalandeli bami bengifisa balindele ukubambisana okukhulu kulonyaka njengoba yonke into engizo yenza ngizoqala ngibazise ekhasini lami ngaphambi kokuba ngiyenze kanti sengivule negroup yaWhatsApp lapho esokwazi ukukhuluma khona nabo babe nemibono yabo.

Ingoma engiyiphushayo njengamanje ithi “Incwadi” iyatholakala kuwo wonke ama platforms kanye ne “Imali Music Video” uyatholakala ku YouTube, WhatsApp or Call: 066 590 4027, Facebook: Bhut M P YouTube and ect: Bhut M P.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *