SHEILA MHLONGO
Engifisa ukukwenza kulonyaka ukuthatha umculo wami ngiwubeke ezingeni eliphezulu, Ukuphusha umsebenzi osukhona ngendlela efanele kuze ufinyelele kubantu abaningi abahlukahlukene.
Ngifisa ukusebenza nawo wonke umuntu owumculi angikhethe bala lamuntu kodwa engingajabula kakhulu uma ngingathola ithuba lokusebenza naye uMthandeni Sk.
Ngonyaka ka-2024 ngifunde ukuthi nanoma yini oyenzayo ifuna uyenze ngokuzimisela nangothando umculo wami uyatholakala kuzo zonke izitolo zomculo isihloko se-EP esanda kuphuma sithi : Angisoze.
Ngitholakala call :0723898419 naku whatsApp iyatholakala, Facebook i personal account : sphelele iqhulu elihle skhosana ngokuzalwa,emtuba. I page iqhulu elihle s/a tiktok: iqhulu 01 email: sphelelebraveman22@gmail.com.

