SHEILA MHLONGO
Ngiqale ngibonge I-support kwi single track ephume ngonyaka ophelile 2024 isihloko sayo sithi “Imfene kamakhelwane” bayithandile abantu kulonyaka ka -2025 engifisa ukukwenza ukuthi ngisebenze nomculi osevelele lokho kuzokwenza nami umsebenzi wami usabalale, Uhlobo lomculo engiwenzayo umaskandi izinhlelo zakulonyaka ngizokhipha I-Ep or I-album kuzoya ngamandla engikufisayo futhi ukuthola iCompany noma uxhaso ukuze ngikwazi ukuqhubekela phambili.
Umculi engifisa ukusebenza naye ushenge wasehlalankosi kulonyaka ngoba ngonyaka ophelile ngifunde lukhulu kuyasiza ukusebenza nomculi osezingeni eliphezulu ngoba nawe uyakwazi ukuthi kusasa kube uwe osezingeni elifana nelakhe yingakho ngithi kulonyaka kuzoba noshitsho.
Into engalindelwa abalandeli njengamanje isingle track ezophuma ngama holidays ka Good Friday umculo wami utholakala online kuwo wonke ama digital stores kanye nama CD akhona
inumber engitholakala kuyo 0646912260 ngiyatholakala naku WhatsApp ngayo ku Facebook ngu 2load malevuh sa futhi ne Group ezika Twoload Ivezanyawo naku tiktok ngu @2load _Ivezanyawo.

