SHEILA MHLONGO
Ngifisa abathandi bomcimbi bazi ukuthi ngiqale ukucula izingoma zami ziphume mhlaka-8 Meyi okuyi -EP ziyatholakala kuma platforms wonke ikhona ne-link yazo mawu search uthi: Nomfundo Sibisi isihloko se-EP “Umusa Wakhe.” Engikufisayo kulonyaka ukuphumelela endimeni yomculo baphinde bangazi ngomculo wami abantu ngiphinde ngiye nakwamanye amazwe ngoba ngalomculo ngihambisa ivangeli.
Engikufundile ngonyaka odlule ukuthi uma unesiphiwo kufanele uthandaze inkosi ikukhanyisele ukuze lifezeke iphupho lakho. Izihloko zezingoma nazi : Uzithulele,Wasilobola, Umphefumulo wami,Uyanaka,Uyinkosi yamakhosi, Ipulpit bese kuthi ezinkundleni zokuxhumana ngiyatholakala ku Tiktok: Nomfundo Sibisi 37, Whatsapp/ Call : 082 590 6035 / 065 322 8093.

