USiyethemba Magubane we-Hip Hop uzimisele ngokunaka umculo wakhe akhohlwe okomhlaba
SHEILA MHLONGO
Kulonyaka ngifisa ukuyeka utshwala ngifocus emculweni wami njengoba ngiqhamuka eDundee abaningi bangazi ngoMsenty Qooper, Ngihlela ukwenza i-Ep kulonyaka futhi bengifisa ukusebenzisana no Frans CEO nabanye abaningi abasendimeni yomculo ngokwehlukana kwama genre.
Ngonyaka ka-2024 ngifundile ukuthi ungabo mthemba umuntu mina ngijikelwe abantu ebengibathemba Kanti futhi ngicindezelwe kakhulu ngicindezelwa amanye ama-artist’s. Abalandeli bami kulo nyaka bengalindela I-EP.
Izingoma zami ziyatholakala kuzo zonke izitolo zomculo phecelezi kuwo wonke ama Digital platforms.
Ofisa ukuxhumana nami ngitholakala kulezi nombolo: 0718880021/ 0670887272.