UNokwanda Mfundo Manqele  wase Showe unephupho lokuqhuba umculo kanye nokufunda e-University

SHEILA MHLONGO

Ngifisa ukufeza amaphupho wami njengoba kuwunyaka omusha, ngibonwe yizwe ngenze okuhle ngomculo ngoba kuningi kakhulu engingakufeza uma ngase kufezeke njengomculi osakhula onamaphupho.

Ukuthi njengoba ngiqede isIkole ngoba amanyuvesi esathule bengithi mangibe busy njengomuntu onekhono lokUcula ukuthi ngibe ngibabusy ngokunye okungang’sebnzela okungangiyisa empumelelweni nami ngibe ngomunye wabaculi abaziwayo futhi abathandwayo  bengizwe ngikwazi ukusiza umama ngakho konke engifuna ukukwenza kulonyaka ukuthi ngisebenze kanzima ukuthi nami ngifeze iphupho lami.

Umculi ngingakhetha uNaledi Aphiwe;big Zulu;Zee Nxumalo kanye noNkosazana daughter.

Ngifunde ukuthi ukubekezela kuzala impumelelo  konke okufisayo nokulangazelelayo uyakufeza ngokuthi ukusebenzele ngoba baye bathi uma unekusasa eliqhakazile kuye kubelula ukwenza izinqumo eziphusile ngesikhathi esifanele ngafunda ukuthi akukho okuza kalula kwampumelelo kuyasetshenzelwa ukuya khona.

Ukuthi ngokungethemba kwabo ngizokwenza ngiqhubeke nomculo futhi ngizovela ngaziwe umhlaba wonke ngey’ngoma engizenzayo nokuthi bazongibona  ey’ndaweni ey’ningi njengoba nabo bengifisela futhi bengigqugqumezela.

Izingoma zami bengisapost kuwhatsapp if ngikhiphe ingoma umuntu meyifuna ngimsendele ;le yama digital platforms bengisasezinhlelweni zayo kwazise ekuqaleni bengazani nabantu abaningi futhi isupport eningi bengibona ukuthi bebengeke beyixake ngokuyozi download kodwa maduzane ziyobe sezitholakala.

Inumber yocingo :078-122-8816/0675753309, Facebook : Grace_Sa , Tiktok  :Grace_Sa27

And Instagram  :Grace_Sa27.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *